Kumenyezelwe ubuholi obusha eChina

2012-11-15 10:01

Beijing - Iqembu elibusayo eChina iCommunist Party, lazise ngobuholi obusha obuphezulu eqenjini, nokuyigxathu ekubhekeke ukuthi libe nendima enkulu ekunyakaziseni umnotho waleli lizwe elingelesibili ngokunotha emhlabeni.

USekela Mengameli uXi Jinping, uzongena ezicathulweni zikaMengameli ophumayo uHu Jintao, uXi uphinde wanikwa isikhundla sokuhola iCentral Military Commission, kusho izindaba zeXinhua.

Amalungu abasha ebuholini obuphezulu ahlanganisa iMeya uLi Keqiang nesazi somnotho uWang Qishan, ekuthiwa uzobheka kakhulu ukulwa nenkohlakalo.



 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela Izindaba News24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


- Reuters

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 17-23°C Sunny. Mild. Pta: 16-29°C More sun than clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 13-24°C More sun than clouds. Mild. Bloem: 13-28°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 16-22°C Morning clouds. Cool. PE: 15-21°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...