Kulimale-13 iziboshwa zihlasela amaphoyisa

2012-11-09 16:36

Colombo - Abantu abangu-13 basale belimele ngesikhathi kuqhuma inganono ejele iziboshwa zihlula ngamandla amaphoyisa ziwaphuca izibhamu.

Lokhu kwenzeke ngesikhathi abeSpecial Task Force beqhuba uphenyo ngaphakathi ejele iWelikada, amaphoyisa abethungatha izikhali, omakhalekhukhwini kanjalo nezidakamizwa, kusho isikhulu sitshela abezindaba ze-AFP.

"iziboshwa zidonse izibhamu zamaphoyisa zazisebenzisa, kudingakale ukuthi kuvalwe izingxenye ezithile zejele ukuqikilela ukuthi abekho abathelwa ngamachaphazelo,”

Umqondisi esibhedlela iColombo National Hospital u-Anil Jasinghe, uthe bangu-13 abantu baangeniswe esibhedlela bedutshuliwe.



 

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 17-19°C Rain. Morning clouds. Pleasantly warm. Pta: 18-33°C Mostly sunny.
Jhb: 17-27°C More sun than clouds. Bloem: 16-33°C Rain early. More sun than clouds. .
Dbn: 19-24°C Rain late. More sun than clouds. . PE: 18-22°C Afternoon clouds.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...