Kuhlaselwe enkambini eSyria

2013-01-03 15:02

Beirut - Izishoshovu zaseSyria zikanye nabezindaba, zithi isimo sishubile ngasenkambini yamasosha enhla nezwe.

Inhlangano yamalungelo ezinze eBrithani, iSyrian Observatory for Human Rights, ithi izihonga zingenise enkambini eTaftanaz, enhla nesifundazwe i-Idlib.

Isiteshi sezindaba iSANA, sibike sathi amasosha kahulumeni avimbe izidlamlilo ebezizama ukungenisa, kwanuka umsizi.

I-Observatory ithi ukuhlasela kuqale ekuseni ngoLwesine, ngezikhathi izidlamlilo zizama ukudla inkambi yamasosha.
 


 

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela Izindaba News24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 17-23°C High level clouds. Mild. Pta: 16-26°C Afternoon clouds. Warm.
Jhb: 12-22°C More sun than clouds. Mild. Bloem: 14-26°C High level clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 15-23°C Decreasing cloudiness. Mild. PE: 17-24°C Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...