Kuhlasele i-tsunami eJapan

2012-12-07 12:01
Yabelani Shicilela

Tokyo - IJapan isihlaselwe yi-tsunami ogwini olusenyakatho mpumalanga nezwe, ngokusho kwenhlangano ebhekelele izinhlekelele ngoLwesihlanu.

La manzi afike nase-Ishinomaki, nokuyidolobha eliseMiyagi nelakhahlanyezwa kakhulu yitsunami ngoMashi 2011, nalapho kwashona khona izinkulungwane zabantu.

Lokhu kudalwe ukuzamazama komhlaba okuthiwa kube namandla kakhulu.

Eminye imininingwane ibingakacaci.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- Sapa - AFP

Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-16°C Showers early. More sun than clouds. Cool. Pta: 3-17°C Sunny. Mild.
Jhb: 3-14°C Sunny. Cool. Bloem: 1-15°C Sunny. Cool.
Dbn: 9-25°C Sunny. Mild. PE: 12-20°C Partly cloudy. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...