Kufunwa umnikazo wefemu eshile

2012-11-27 12:01
Yabelani Shicilela

Dhaka - Amaphoyisa aseBangladeshi athungatha umnikazi wefemu ekuqubuke kuyo umlilo kwashona abantu abalinganiselwa ku-100.

Izinsolo zithi ifemu lena ebithungela izinkampani ezithize ezihlanganisa nenkampani iWalmart, ithunga izingubo ezishibhile, ibivamise ukuba nezehlakalo zomlilo njengoba bekuke kukhale i-alamu, liqwashisa abasebenzi.

Balinganiselwa ku-1000 abasebenzi ababe yingxeye yombhikisho ngaphandle kwale femu, umbhikisho uza ngemuva kosuku olulodwa kwenzeke le nhlekelele yokushona kwabantu.

Uhulumeni uvule uphenyo lokuthola kabanzi ngokuqubuka komlilo, oqubuke ngoMgqibelo eTazreen, okuyindawo ebuqamama ngo-30 kilometres nenhlokodolobha iDhaka.

Umlilo lona uhlonzwe njengawona omkhulu kunayo yonke eseyake yaqubuka efemini yezingubo eBangladesh.




 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

- Sapa - AFP

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 15-20°C Mostly sunny. Mild. Pta: 11-25°C More sun than clouds. Warm.
Jhb: 11-19°C Showers late. More sun than clouds. Mild. Bloem: 11-19°C Heavy rain. Morning clouds. Mild.
Dbn: 16-22°C Numerous showers. Mostly cloudy. Cool. PE: 13-16°C Heavy rain. Mostly cloudy. Cool.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...