Kudutshulwe umfana ebhayisikobho eMexico

2012-11-13 07:23

Mexico City - Abashushisi baseMexico City bathi bazophenya konke angase kubasize ekutheni bathole ukuthi ufe kanjani umfana odutshulwe ebuka ifilimu ebhayisikobho.

Kuthiwa ubaba walo mfana uzwe umsindo okungathi owemfiyo, wase ebona umfana wakhe ewa.

Ihhovisi lomshushisi lithi bonke abebekhona bebengaboni ukuthi lo mfana, 10, udubuleke ekhanda.

Uphuthunyiswe esibhedlela washonela khona ngemuva kwezinsuku ezimbili engenisiwe.

Uphenyo luyaqhubeka.


 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- Sapa - AP

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 11-19°C Sunny. Mild. Pta: 8-19°C Sunny. Mild.
Jhb: 6-14°C Sunny. Cool. Bloem: 3-18°C Sunny. Mild.
Dbn: 11-22°C More sun than clouds. Cool. PE: 9-22°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...