Kudlwengulwe izivakashi eMexico

2013-02-06 10:04

Acapulco — Kudlwengulwe izivakashi eziyisithupha zaseSpain, nokwenziwe yiqembu lezigelekeqe ebelihlome liyizingovolo endaweni yemaholidi eMexico, i-Acapulco, nokuyisigameko sokugcina ukungcolisa isithombe saleliya lizwe ebelingaconsi phansi ezivakashini.

Lokhu kuhlasela kwenzeke ngaphambi kokuthi kushone ilanga ngoMsombuluko nalapho amadoda ayisithupha nabesifazane abayisithupha baseSpain bebehleli khona emzini abawuqashile.

Izigelekeqe lezi zingene ngendlovu iyangena kulo muzi, kusho iMeya yase-Acapulco uLuis Walton esithangamini sabezindaba ngoMsombuluko.

Kube sekudlwengulwa abesifazane abayisithupha.

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- AP

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

Kuboshwe umalugaju wamakati eTokyo

Emizuzwini eyi-59 edlule
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 12-16°C Scattered clouds. Cool. Pta: 13-27°C Morning clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 8-21°C Sunny. Mild. Bloem: 3-17°C Sunny. Mild.
Dbn: 16-23°C More sun than clouds. Mild. PE: 12-17°C Afternoon clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...