Kubuyiselwa emuva izimoto zakwaToyota

2012-10-10 16:37

Japan - Inkampani yakwaToyota Motor Corp. Ithi akubuyiselwe emuva izimoto ezingu-7.43 million eMelika, iseJapan, nakwamanye amazwe emhlabeni.

Lesi simemezelo senziwe ngoLwesithathu, izimoto ezibuyiselwa emuva ilezo ezakhishwa kusukela ngo-2005 kuya ku-2010, inkampani ithi kunenkinga ngamawindi kagesi, azikho izingozi ezike zabikwa ezidalwa yile nkinga.

Okhulumela inkampani uJoichi Tachikawa uthe umonakalo omuningi wabikwa eMelika naseJapan.

Izimoto ekuthiwa azibuyiselwe emuva zihlanganisa amaYaris, Corolla, Matrix, Camry, RAV4, Highlander, Tundra, Sequoia kanjalo ne Scion.
 



 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 15-22°C Sunny. Mild. Pta: 15-29°C Rain showers. High level clouds. Warm.
Jhb: 12-25°C Numerous showers. High level clouds. Warm. Bloem: 11-31°C High level clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 16-25°C Mostly sunny. Mild. PE: 16-22°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...