Kubulwe izikhulu e-Afghanistan

2013-01-09 11:02
Yabelani Shicilela

Kabul - Amaphoyisa athi oshayasibhamu sebebulale izikhulu zikahulumeni ezimbili, ekuhlaseleni okwehlukene okwenzeke enhla ne-Afghanistan.

IPhini lesikhulu samaphoyisa esifundazweni iKunduz uGhulam Mohammad, uthi ukuhlasela kwenzeke ngoLwesibili. Uthi kuthathwe ngenkani uCommander wasejele elisesifundeni
iDashti Archi, uCommander Abdul Salam, obulawe kanye nonogada wakhe.

UMohammad uthi kuphinde kwathathwa esinye isikhulu sikahulumeni naso sabulawa, uthe akukacaci noma kuhlobene yini lokhu kubulala.
 



 – Landela Izindaba News24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 13-20°C Sunny. Mild. Pta: 11-22°C Sunny. Mild.
Jhb: 7-16°C Sunny. Refreshingly cool. Bloem: 7-16°C Sunny. Cool.
Dbn: 13-23°C Showers late. Morning clouds. Mild. PE: 11-20°C Heavy rain. Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...