Kubulawe othisha ePeshawar

2013-01-01 15:50

Peshawar – Amaphoyisa athi ushayasibhamu ongaziwa uthumbe iveni ebithwele othisha enhla nePakistan, wabulala othisha besifazane abayisithupha kanye nowesilisa ebebephakathi.

Isikhulu samaphoyisa edolobheni iSwabi, u-Abdur Rasheed uthi iveni ibithwele othisha abasebenzela inhlangano engekho ngaphansi kukahulumeni.

Laba bebesendleleni beyoqhuba umsebenzi, uRasheed akayishongo inhlangano esetshenzelwa ngothisha ababulewe.

Akukho qembu eliphumele obala lathi yilo elidale umonakalo.
 

 

  – Landela Izindaba News24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-19°C Morning clouds. Mild. Pta: 8-27°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 9-22°C Sunny. Mild. Bloem: 3-23°C Sunny. Mild.
Dbn: 14-24°C Morning clouds. Mild. PE: 14-20°C Mostly cloudy. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...