Kubulawe intatheli embhikishweni

2012-12-24 07:32

Guwahati - Kudutshulwe kwabulawa intatheli yethelevishini ngemuva kokuthi amaphoyisa evulele ngenhlamvu ngesikhathi kunombhikisho omelene nokunukubezwa ngokocansi komlingisikazi wamafilimu e-India, kusho izikhulu.

Le ntatheli, 36, nebisebenzela iDoordarshan Network, ibulawe e-Imphal, kusho okhulumela amaphoyisa u-A. Singh etshela abe-AFP.

Lesi sigameko senzeke ngemuva kwemibhikisho ebixhaphake izwe lonke kulandela ukudlwengulwa kwesitshudeni yiqulu lamadoda ebhasini eNew Delhi.


 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 12-18°C Morning clouds. Mild. Pta: 2-21°C Sunny. Mild.
Jhb: 3-16°C Sunny. Cool. Bloem: -2-17°C Sunny. Mild.
Dbn: 8-21°C More sun than clouds. Cool. PE: 11-17°C Mostly sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...