Kubulawe intatheli eCambodia

2012-09-12 08:01

Phnom Penh - Intatheli yaseCambodia eyabika ngenkohlakalo eqhubekayo ezweni, itholakale isocongiwe ebhuthini lemoto yayo, kusho amaphoyisa ngoLwesithathu.

UHang Serei Oudom, nobeyintatheli yephephandaba iVorakchun Khmer, utholwe ngoLwesibili, kusho isikhulu samaphoyisa uSong Bunthanorm.

Imoto yakhe ibishiywe emasimini amantongomane esifundazweni iRatanakiri.

"Ubengagetshengwa, kepha ubulewe," esho.

Le ntatheli, 44, yaduka ngeSonto.


 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- Sapa - AFP

Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 12-16°C a few showers. Morning clouds. Cool. Pta: 19-28°C More sun than clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 16-23°C a few showers. More sun than clouds. Mild. Bloem: 14-25°C High level clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 18-25°C Heavy rain. Mostly cloudy. Mild. PE: 14-19°C More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...