Kubulawe inqwaba yamaphekula eColombia

2012-12-03 10:03

Bogota - Kubulawe okungenani amavukelambuso angu-20 eColombia ngemuva kokuthi umbutho wezempi uhlasele ngeziqhumane enkambini yazo esifundazweni iNarino, ngasemngceleleni ne-Ecuador.

Lezi zihonga zingaphansi kweRevolutionary Armed Forces of Colombia (FARC), kusho uGeneral Leonardo Barrero, nongumkhuzi wezempi wendawo.

Uthe lezi zigayigayi ngezeMarshal Sucre nezitholele indawo yokuzinza kuleya ndawo.

Kuhlaselwe okungenani izizinda ezintathu zezihonga ngoMgqibelo.

Lokhu kuhlasela kuza ngemuva kwesixwayiso sikaMengameli Juan Manuel Santos, nobexwayisa umholi weFARC ngeSonto.


 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- Sapa - AFP

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 13-19°C Sunny. Mild. Pta: 12-30°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 12-26°C Sunny. Pleasantly warm. Bloem: 13-30°C High level clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 18-33°C More sun than clouds. Hot. PE: 12-21°C More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...