Kubulawe amaphoyisa e-Iraq

2013-01-11 13:00
Yabelani Shicilela

Baghdad - Kubulawe amaphoyisa amathathu ngoLwesihlanu ngesikhathi kuhlaselwa isikhungo sokuphepha enhlokodolobha yase-Iraq, iBaghdad, kusho abezindaba abacaphune isikhulu sezokuphepha.

Ukuhlasela eTaj, kwenziwe oshayasibhamu abangaziwa, kubika i-website ye-Alsumaria News.

Udlame e-Iraq lwehlile kule minyaka, kodwa cishe kusahlaselwana zonke izinsuku, njengoba kunokungabekezelelani kwezepolitiki phakathi kosopolitiki beSunni Muslim kanye noNdunankulu weShiite uNuri al-Maliki.

ISunnis ibe nombhikisho emasontweni edlule entshonalanga nasenyakatho ye-Iraq .




 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela Izindaba News24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-20°C Sunny. Mild. Pta: 12-23°C Mostly sunny. Mild.
Jhb: 10-18°C Mostly sunny. Mild. Bloem: 4-22°C Sunny. Mild.
Dbn: 17-24°C Haze. Mild. PE: 13-20°C Mostly sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...