Kubulawe 22 wamasosha eSyria

2012-05-03 10:06
Yabelani Shicilela

Damascus - Amavukelambuso eSyria abulale amasosha angu-22, nokuyisigameko esibulale amasosha amaningi kusukela kwakhishwa isinqumo sokuthelelana amanzi emasontweni amathathu edlule.

Amasosha angu-15 abulawe ngesikhathi kugaselwa esifundazweni i-Aleppo, kusho inhlangano ebhekele amalungelo abantu iSyrian Observatory for Human Rights.

Kulesi sigameko kubulawe abantu ababili ngesikhathi kuhlaselwa ngase-Al-Rai, emuva kokuthi amasosha kaMengameli Bashar Assad ecuphe kuleya ndawo.

Ukuhilizisana ngaseDamascus kubulale amasosha ayisikhombisa.


 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- SAPA

Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-18°C Numerous showers. Mostly cloudy. Mild. Pta: 9-23°C Sunny. Mild.
Jhb: 10-19°C Sunny. Mild. Bloem: 9-23°C Mostly sunny. Mild.
Dbn: 18-29°C High level clouds. Pleasantly warm. PE: 12-19°C Showers late. Mostly cloudy. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...