Kuboshwe umengameli wentando yeningi

2012-10-08 07:32

Colombo - Amaphoyisa aseMaldives abophe umengameli wokuqala owakhethwa yintando yeningi ezweni uMohamed Nasheed, ngemuva kwesonto ehlulekile ukuvela enkantolo ukuze kuqalwe icala mayelana nezinsolo zokuhlukumeza amandla, kusho iqembu lakhe.

"UMengameli Nasheed ugxavunwe ebabhikishini waboshwa," kusho okhulumela iqembu lakhe uHamid Abdul Ghafoor kuTwitter.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- Sapa - AFP

Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 17-25°C Sunny. Mild. Pta: 18-28°C Passing showers. Afternoon clouds. Warm.
Jhb: 15-23°C Passing showers. Morning clouds. Mild. Bloem: 15-31°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 18-19°C Showery. More clouds than sun. Cool. PE: 18-22°C More sun than clouds. Cool.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...