Kuboshwe obhale kuFacebook esabisa

2013-01-02 15:05

Singapore - Amaphoyisa aseSingapore asebophe umfanyana waseNdiya oneminyaka engu-13 ubudala, obhale kuFacebook, wasabisa ethi uzoqhumisa ngebhomu indawo yokugebhula esezingeni eliphezulu.

Umfana lona eligodliwe igama lakhe, uthe uzotshala amabhomu kuyona yonke indawo eMarina Bay Sands, bese ehamba eSingapore, kusho abezindaba zeThe Straits Times.

Amaphoyisa athi umfana ufunda eGlobal Indian International School, uboshwe ngezinsolo zokuphula umthetho ngaphansi kweBreach of Prohibition Against False Threats of Terrorist Acts.

Umuntu olahlwe yicala elifuze leli, angahlala ejele iminyaka emihlanu noma ahlawule isamba esingu- Sg$100 000 ($82 000)..

Ngonyaka ka-2009, umlisa wakhona eSingapore, wagwetshwa iminyaka emihlanu kulandela ukulahlwa yicala lokuthumela imilayezo engamanga exwayisa ngezenzo zobuphekula.



 

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela Izindaba News24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-24°C Sunny. Mild. Pta: 17-30°C Showers early. More sun than clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 13-24°C Passing showers. More sun than clouds. Mild. Bloem: 15-21°C Rain showers. Mostly cloudy. Mild.
Dbn: 18-20°C Numerous showers. Mostly cloudy. Cool. PE: 16-20°C Mostly cloudy. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...