Kuboshwe obesonga ngokubulala eMelika

2012-12-21 10:04

Los Angeles - Amaphoyisa e-Arizona athi abophe intombazane, 16, evele ku-internet ithi izobulala kulale uyaca esikoleni efunda kuso bese iyazibulala nayo.

Le ntombazane efunda eRed Mountain High School, eMesa, nokuyindawo yabadla izambane likaPondo ePhoenix, kusho owamaphoyisa aseMaricopa County uJoe Arpaio esitatimendeni.

"Le video ibonakale kuYouTube," kuqhuba lesi sitatimende.

Amaphoyisa abe esegasela ekhaya lale ntombazane, ase ayihlaba ngemibuzo kukhona abazali bayo, yase iyaboshwa ngemuva kokuvuma ukuthi iyifakile le video ku-internet.

Kwenzeka lokhu nje izwe lisashaqekile ngokubulawa kwezingane zesikole samabanga aphansi ezingu-20 nabantu abadala abayisithupha ngesonto eledlule.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- AFP

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-20°C Sunny. Mild. Pta: 3-21°C Sunny. Mild.
Jhb: 5-16°C Sunny. Refreshingly cool. Bloem: 0-19°C Sunny. Mild.
Dbn: 10-27°C Sunny. Mild. PE: 15-24°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...