Kuboshwe 6 ngelokudlwengula

2013-01-14 07:13

New Delhi - Amaphoyisa aseNdiya asebophe abantu abayisithupha okubalwa nomshayeli webhasi kulandela ukudlwengulwa kowesifazane yiqulu lamadoda ePunjab.

Lo mbiko uvele ngemuva kwamasonto kwadlwengulwa isitshudeni ebhasini eNew Delhi, nokuyisigamekio esavusa umsindo ezweni.

Esigamekweni sakamuva, owesifazane ubehamba ngebhasi ebusuku ngesikhathi umshayeli elishaya elibhekisa endaweni ecashile, kubika iphephandaba i-Indian Express.

Umshayeli nomsizi wakhe babe sebejoyinwa ngamadoda ayisihlanu badlwengula lo wesifazane, kusho owamaphoyisa uSuperintendent Raj Jeet Singh.



- Reuters

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 17-27°C Sunny. Mild. Pta: 16-29°C a few showers. More sun than clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 13-27°C Showers early. More sun than clouds. Pleasantly warm. Bloem: 16-29°C Showers early. Morning clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 20-24°C Widely scattered tstorms. More clouds than sun. Mild. PE: 19-23°C Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...