Kuboshwe 3 ngolwefemu yaseBangladesh

2012-11-28 10:02

Dhaka - Amaphoyisa aseBangladesh abophe izimenenja ezintathu zefemu lapho kuqubuke khona umlilo kwashona abantu abangu-110, kulandela izindaba ezithi zavimbela abasebenzi. ukuba babaleke, zithi i-alarm le ikhala njengokujwayelekile akukho okungalungile.

Inhloko yamaphoyisa aseDhaka uHabibur Rahman uthe ngoLwesithathu lezi zimenenja ziboshwe ebusuku ngemuva kwamacala athi zatshela abasebenzi ababetatazela ukuthi abehlise amaphaphu eTazreen Fashion.

Lo mlilo waqala ngoMgqibelo ebusuku.

"Ziboshwe zontathu izimenenja zaseTazreen. Labo abasindile basinekele konke ngokuthi lezi zimenenja zanqaba kanjani ukuba babaleke ngesikhathi kukhala i-alarm, kuthiwa bashuda ngisho iminyango bethi akuphumi muntu," esho.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- AFP

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 15-22°C Sunny. Mild. Pta: 15-29°C Rain showers. High level clouds. Warm.
Jhb: 12-26°C Heavy rain late. More clouds than sun. Warm. Bloem: 11-31°C High level clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 16-25°C Mostly sunny. Mild. PE: 16-22°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...