Kubhekwe impilo kaChavez

2012-12-12 07:26

Caracas - Lowo owaqala engumshayeli webhasi waze wagcina esebuholini bezwe eVenezuela, uNicolas Maduro, angase athathe amatomu okuhola izwe uma kucaca ukuthi uMengameli Hugo Chavez akasindi esifweni somdlavuza.

UMaduro uyisekela likaChavez, kanti bangamathe nolimi nalo mengameli obuthaka empilweni.

UMaduro, nobonakala enguyena muntu ongagcwalisa lesi sikhala ngempumelelo, kuthiwa wazakhela amaxhama okusebenzisana namanye amazwe ngesikhathi enguNgqongqoshe wezangaPhandle iminyaka eyisithupha.

Uma uChavez eshenxa esikhundleni, uMaduro kuyomele amele iSocialist Party emjahweni wokhetho.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- Reuters

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 18-22°C Morning clouds. Cool. Pta: 19-33°C Rain early. More sun than clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 17-27°C Showers early. Morning clouds. Pleasantly warm. Bloem: 19-30°C Light rain early. Morning clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 19-32°C Morning clouds. Warm. PE: 19-24°C Numerous showers. Mostly cloudy. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...