Kubheduke isiteleka eBangladesh

2012-12-18 07:24

Dhaka - Isiteleka okuhloswe ngaso ukuba kuvalwe amaqembu ezepilotiki ama-Islam kuleli lizwe eligcwele amaSulumane kuvale izikole nezitolo kwaphazamisa nezimoto eDhaka.

Ukuhlangana kwamaqembu ayisihlanu aphikisayo kuphume nesinqumo sokuthi kube nokhukhulelangoqo wesiteleka ngoLwesibili eBangladesh.

Izikhulu zitshale amaphoyisa alinganiselwa ku-10 000 kanjalo namalungu ombutho wezokuphepha eDhaka njengoba ababhikishi begcwele izitaladi.

Bekungakabikwa dlame okwamanje.

Laba bakhala ngokuthi amaqembu ama-Islam afuna izwe liphathwe ngomthetho wawo iSharia.



 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- Sapa - AP

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 17-24°C Morning clouds. Mild. Pta: 13-30°C Morning clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 12-24°C Sunny. Mild. Bloem: 12-26°C Showers early. More sun than clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 19-26°C a mixture of sun and clouds. Mild. PE: 16-19°C a few showers. Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...