Izikhukhula zibulale 5 ePhilippines

2012-08-07 10:03

Manila - Kushone okungenani abantu abayisihlanu kwathi abayisikhombisa baduka ngesikhathi izimvula ezinamandla ziqubula ukubihlika komhlaba nezikhukhula ePhilippines, kusho izikhulu.

Kushone owesilisa kwaduka abayisithupha endaweni yabadla izambane likaPondo eManila.

Abane bagwilizile kwathi oyedwa waduka ezikhukhuleni ezihlasele ezifundazweni iBulacan neBataan, kusho izikhulu zoMnyango wezokuVikela.

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- Sapa - AFP

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 17-24°C Sunny. Mild. Pta: 15-29°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 13-25°C Sunny. Pleasantly warm. Bloem: 14-31°C Morning clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 13-22°C Afternoon clouds. Mild. PE: 16-21°C Mostly sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...