Izikhukhula zibulale 4 e-Indonesia

2013-01-17 07:15

Jakarta - Izimvula ezinkulu zidale izikhukhula enhlokodolobha yase-Indonesia, nokuholele ekutheni kukhishwe abantu ababalelwa ku-20 000 emakhaya abo eJakarta abanye basala bephithene amakhanda.

Izikhukhula zijwayelekile eJakarta uma kuyisizini yemvula, kodwa ngoLwesine kwenzeke okuhlukile ngesikhathi le mvula ihambisana nesiphepho esinzima.

Izikhulu zithi kushone abantu abane bebulawa ukugwiliza kulezi zikhukhula ezigugule imizi, izikole, amahhovisi nemigwaqo kuleli dolobha elihlala abantu abangu-14 million.

 

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- Sapa - AP

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 13-23°C Morning clouds. Mild. Pta: 19-33°C Morning clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 16-26°C High level clouds. Warm. Bloem: 12-31°C High level clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 18-20°C a few showers. More clouds than sun. Cool. PE: 15-19°C Decreasing cloudiness. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...