Iyaqhubeka imibhikisho eNdiya

2012-12-25 12:02
Yabelani Shicilela

New Delhi - Izikhulu sezivale ingxenye yeNew Delhi njengoba ingenela osukwini lesibili imibhikisho emelene nokudlwengulwa okuhambisana nesihluku kwesitshudeni ebhasini lihamba.

Amaphoyisa akhishwe ngobuningi bawo eNew Delhi, njengoba ababhikishi bebuthelene endaweni engasePhalamende ukunxenxa uhulumeni ukuba aqinise ezokuphepha kwabesifazane.

Iphoyisa elilimale ngeSonto ngesikhathi kuqubuka udlambedlu, ligcine ngokushonela esibhedlela ngoLwesibili, kusho okhulumela amaphoyisa uRajan Bhagat.

Isitshudeni lesi sadlwengulwa amadoda ayisithupha.


 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- AP

Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-20°C Sunny. Mild. Pta: 12-23°C Mostly sunny. Mild.
Jhb: 10-18°C Mostly sunny. Mild. Bloem: 4-22°C Sunny. Mild.
Dbn: 17-24°C Haze. Mild. PE: 13-20°C Mostly sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...