Itholene phezulu eSyria

2012-12-13 10:02

Washington - Amasosha ase-Syria aseqalile ukusebenzisa izikhali zembubhiso namabhomu, ukuhlasela ebhekise kumaphekula, kusho izikhulu zaseMelika, ezibike athi lona ngumnyakazo oyingozi.

Izintatheli zezindaba ze-AFP zibike zathi kuzwakale ukuqhuma enhla neSyria, kubika iphephandaba iNew York Times.

Okhulumela uhulumeni uVictoria Nuland uthe: "Sibone ukuqhuma”, lona akafunanaga ukudalula okuningi ngalokhu okuqhubekayo.

"Sibona sengathi kukhona ezinye izikhali abazisebenzisayo. Kukhona namabhomu,” esho ekhuluma nabezindaba.

Sekuphele izinyanga ezingu-21 itholene phezulu eSyria, njengoba amaphekula ehlela ukuhlakaza uhulumeni kaMengameli uBashar Assad.



 

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela Izindaba News24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 15-26°C Sunny. Warm. Pta: 17-27°C Passing showers. Morning clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 12-22°C Rain showers. Mostly cloudy. Mild. Bloem: 14-27°C Showers late. More sun than clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 17-18°C Rain showers. More clouds than sun. Cool. PE: 15-19°C More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...