Isishingishane siphazamise imikhankaso yokhetho

2012-10-29 10:02

Vilnius - Isishingishane iHurricane Sandy, nemise kabi iMelika, inyuse ukwesabela ezokuphepha njengoba kulindeleke ukuba kuphothulwe imikhankaso yokhetho ezweni.

Lokhu sekuqubule ukukhathazeka ezimbangini uBarack Obama noMitt Romney, nabazimisele ngokushayelela isipikili sokugcina benxenxa amavoti okhethweni lwangeSonto.

UMengameli wezwe u-Obama nembangi yakhe yamaRepublican bamise imibuthano njengoba kubikwe isishingishane esinamandla ezingxenyeni zezwe.

"Isiphepho lesi sizosiphazamisa kakhulu," kusho lowo ongumlandeli wamaDemocrats uMark Warner etshela iFox News ngeSonto, njengoba kuthiwa kuyalelwe abantu abasezindaweni ezisogwini ukuba bashiye amakhaya abo.



 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- Reuters

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 12-21°C Sunny. Mild. Pta: 1-20°C Sunny. Mild.
Jhb: 2-15°C Sunny. Refreshingly cool. Bloem: 2-18°C Sunny. Mild.
Dbn: 14-21°C Mostly sunny. Cool. PE: 8-18°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...