Isipho se-valentine esingajkwayelekile

2013-02-13 10:01
Yabelani Shicilela

Washington - Ummeli waseMichigan ukhiphe isipho esingajwayelekile njengoba kuza usuku lwezithandani, wathi uzopha abashadikazi usizo lwamahhala lokuthi bakwazi ukwehlukanisa.

UWalter Bentley ukhiphe isimemo ethi abashadikazi abafuna ukwehlukanisa, abambhalele, uzobe esekhetha labo azosingatha udaba lwabo ngaphandle kokukhokha indibilishi.

Balinganiselwa ku-500 abashadikazi abafake izicelo.

"Abashadikazi abazowina, kuzolalelwa udaba lwabo bese kubonakala isidingo sokuthi basizakale," kusho uBentley.

Echaza ummeli, uthi ufuna ukusiza abantu abahlulekayo ukuqhubeka kahle nempilo ngoba bephazanyiswa ukuhluleka ukukhokhela izindleko zokwehlukanisa.

"Imvamisa izindleko zommeli obheke uhlelo lonke lwesehlukaniso, ziba phakathi kuka-1 500 kuya ku-3 000 dollars," kusho uBentley.



 

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela Izindaba News24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

Kushone 12 eqhweni eNepal

2014-04-18 14:03
Phawula kulolu daba
1 isiphawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 17-24°C High level clouds. Mild. Pta: 12-26°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 10-21°C Sunny. Mild. Bloem: 11-25°C Sunny. Mild.
Dbn: 20-26°C More sun than clouds. Mild. PE: 15-22°C High level clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...