Isigwebo sentambo kwabezidakamizwa

2012-11-07 12:05
Yabelani Shicilela

Tehran - I-Iran ibulale abantu abayishumi abalahlwa ngamacala okushushumbisa izidakamizwa ejele laseTehran, kusho isitatimende sehhovisi likamshushisi ezweni.

La madoda abulawe ngemuva kokuthola isigwebo sentambo ngokushushumbisa inqwaba yezidakamizwa ezweni, kusho isitatimende.

E-Iran, lapho ukubulala, ukudlwengula, ukuphanga kuhlonyiwe nokuphinga isigwebo sakho kungukufa, ingelinye lamazwe anesibalo esiphezulu sokubulawa ngale ndlela kwabantu, kubalwa iChina, iSaudi Arabia neMelika.

Emasontweni amabili edlule, ukumemezela kwe-Iran ukuthi ilengise abantu abayishumi kwadala umsindo wokukhathazeka ku-United Nations naku-European Union.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- Sapa - AFP

Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 13-21°C Sunny. Mild. Pta: 12-24°C Mostly sunny. Mild.
Jhb: 11-19°C Mostly sunny. Mild. Bloem: 5-22°C More sun than clouds. Mild.
Dbn: 17-24°C Haze. Mild. PE: 12-20°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...