Iqhwa liphazamise okuningi eTokyo

2013-01-15 12:03

Tokyo - Isikhumulo sezindiza esiseTokyo, iNarita, simise ukusebenza kanti bangu-3 400 abantu abasale dengwane ngenxa yesithwathwa esidale ukuthi kumiswe amabhanoyi angu-71.

Ukuwa kwesithwathwa kokuqala kule sizini kuphazamise ukuhamba kwezimoto nezitimela.

Izikhulu zesikhumulo kudingeke ukuthi zihlinzeke abantu ngezikhwama zokulala, amanzi nokuya ngasethunjini kulabo abasale bedinga.

Izitimela nababhanoyi kulindeleke ukuthi kusebenze ngezikhathi ezinqunyiwe ngoLwesibili.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-26°C Sunny. Warm. Pta: 17-26°C Heavy rain early. Morning clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 12-20°C Numerous showers. Mostly cloudy. Mild. Bloem: 14-27°C Showers late. More clouds than sun. Pleasantly warm.
Dbn: 17-18°C Rain showers. More clouds than sun. Cool. PE: 15-20°C More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...