Intatheli yeBBC emacaleni ocansi

2013-01-08 12:37

London - Intatheli yezindaba yakwa-BBC isiwaphikile amacala ethweswe wona, okungamacala okuhlukumeza ngokocansi amantombazane amathathu.

Umsolwa uStuart Hall, oneminyaka engu-82, usesebenze njengentatheli yezindaba yakwa-BBC, iminyaka eyevile kwengu-50.

Amacala abhekene nawo kuthiwa wawenza phakathi kuka-1970 no-1980, amaphoyisa athi izisulu zakhe zabe ziseminyakeni ephakathi kweyisishiyagalolunye ubudala kuya kwengu-16 ubudala.



 


 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela Izindaba News24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 12-16°C Heavy rain. More sun than clouds. Cool. Pta: 12-27°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 10-23°C Sunny. Mild. Bloem: 10-21°C Showers late. More sun than clouds. Cool.
Dbn: 19-24°C Partly sunny. Mild. PE: 15-23°C Mostly sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...