Ingozi yesitimela ibulale 15 eNdiya

2012-05-22 07:11
Yabelani Shicilela

Hyderabad - Isitimela esithwala abantu sitholane phezulu neguzu ezintatha eningizimu neNdiya, kwashona okungenani abantu abangu-15 kulesi sigameko esinyantisa igazi.

Iguzu belimi esiteshini esingasePenukonda, e-Anantapur ngesikhathi sishayiswa yiHampi Express.

Elinye lamakalishi ligqamuke amalangabi, kwavaleleka inqwaba yabagibeli.

Babalekwa kwabayisishiyagalombili abashe bangqongqa, kusho uCharu Sinha, noyiphoyisa e-Anantpur.

Kuhlengwe abagibeli abangu-70.


 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- Sapa - AP

Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 15-23°C Sunny. Mild. Pta: 10-18°C Morning clouds. Mild.
Jhb: 8-14°C Morning clouds. Cool. Bloem: 9-19°C More sun than clouds. Mild.
Dbn: 14-22°C Morning clouds. Mild. PE: 12-24°C Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...