Ingozi ibulale 21 ePakistan

2012-10-30 14:53

Islamabad -  Iloli izithele phezu kwetekisi esifundazweni esisenkabeni yePakistan, iPunjab, kwashona abantu abangu-21, kusho izikhulu zezokutakula ezweni ngoLwesibili.

Kulimale abantu abangu-12 kule ngozi, eyenzeke emgwaqeni omkhulu esifundeni iBahawalpur.

"Ukushayisana kwalezi zimoto kube kukhulu ngendlela yokuthi itekisi ebithwele abagibeli ilale amankeyane," kusho uRiaz Ajmal, nokuyiphoyisa abelikhona leRescue 1122.

Le moto ibithwele abantu abebebungaza i-Eid al-Adha, nokuyifestiveli yamaSulumane.

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- Sapa-DPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-22°C More sun than clouds. Cool. Pta: 17-32°C More sun than clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 14-27°C More sun than clouds. Warm. Bloem: 16-31°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 18-28°C Showers early. More sun than clouds. Warm. PE: 16-22°C Mostly sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...