Ingane, 6, ishayise imoto ivakasha

2013-02-05 14:01
Yabelani Shicilela

London - Amaphoyisa asePittsburgh, eMelika, athi intombazanyana, 6, ebingeke ilale ingambonanga uyise ayizange ilimaze muntu ngesikhathi ishayisa imoto kamama wayo ithi izama ukuyishayela iyovakashela ubaba wayo.

Amaphoyisa awakalidedeli igama lale ngane, nokuthiwa umama wayo ubesalele ngesikhathi igila lo mgilingwane, nekuthiwa yebe okhiye bemoto ngabo-09:00 ngeSonto.

Owamaphoyisa uSeargent Jerry Parker uthe le ngane yinde kuneminyaka yayo, kodwa wathi: "Sonke asazi ukuthi ikwazelaphi ukushayela."

Kuthiwa ingane le ishayise izimoto ezimbili ebezipakiwe, ngaphambi kokushayisa isigxobo.

Amaphoyisa ayaphenya kodwa akazange acacise noma kukhona yini ozobekwa icala.



 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- Sapa - AP

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

Kushone 12 eqhweni eNepal

2014-04-18 14:03
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 17-24°C High level clouds. Mild. Pta: 12-26°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 9-21°C Sunny. Mild. Bloem: 8-25°C Mostly sunny. Mild.
Dbn: 17-28°C More sun than clouds. Warm. PE: 16-23°C Mostly sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...