Indoda yakhulelisa indodakazi yayo

2012-12-07 14:41

Bethel - Indoda, 46, yaseConnecticut nendodakazi yayo, 23, batshele amaphoyisa ukuthi babengenaso isiqiniseko sokuthi bahlobene ngesikhathi beqala ukuthandana.

Ekuthandaneni kwabo, baba nengane yomfana, kusho amaphoyisa ngemuva kokubabeka icala elihlobene nezocansi.

UGeorge Sayers Jr. noTiffany Hartford, baseBethel entshonalanga neConnecticut, babekwe amacala ezocansi ngoMsombuluko, ukwenza into ephambene nokwakha itulo ngemuva kokuphuma kwemiphumela yelibofuzo etshengisa ukuthi uSayers ungubaba kaHartford nengane yakhe.

Bobabili bayazihlangula kula macala.

UHartford utshele amaphoyisa ukuthi wayefuna ukudlala emafilimini ocansi ngaphambi kokukhulelwa.

Le ngane ingaphansi kweso loMbuso.

Uphenyo lwaqala ngoFebhuwari ngesikhathi uHartford eveza ukuthi uSayers wadayisa ama-video abo ocansi ngaphandle kwemvume yakhe.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-25°C Sunny. Warm. Pta: 19-30°C Rain late. Afternoon clouds. Warm.
Jhb: 16-26°C Showers late. Afternoon clouds. Warm. Bloem: 14-31°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 16-21°C Showers late. Increasing cloudiness. Cool. PE: 16-18°C Showers early. Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...