Impilo kaChavez isiqubule imibuzo

2012-11-29 07:30

Caracas/Havana - UMengameli waseVenezuela uHugo Chavez ubuyele eCuba ukuyothola ukwelashelwa isifo somdlavuza, nosekuqubule imibuzo ngokuphatha kwakhe njengoba impilo yakhe ibukeka intenga.

Kulandela amasonto engaveli emehlweni omphakathi, uChavez, 58, umemezele encwadini ngoLwesibili ukuthi uya eHavana ukuyothola ukwelashwa okwaziwa nge-hyperbaric oxygenation - nokuwuhlelo olusetshenziselwa ukunqanda ukuvuthuka kwamathambo okwenziwa yi-radiation therapy.

UChavez unobudlelwano obuhle nalabo ababengabaholi baseCuba, nalowo osaphethe manje, okunguFidel noRaul Castro.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- Reuters

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 17-24°C Sunny. Mild. Pta: 17-32°C High level clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 14-27°C Morning clouds. Pleasantly warm. Bloem: 15-30°C High level clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 17-24°C Morning clouds. Mild. PE: 16-21°C Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...