Ilungiselela ukuvalelisa imindeni

2012-07-24 14:04
Yabelani Shicilela

Centennial - Imindeni enkantolo ibibukeka idabukile, abanye bengakwazi ukuzibamba bekhala mi izinyembezi ngesikhathi bebona umsolwa uJames Holmes, obhekene nokubulala abantu abangu-12 abadubula kubukwa ifilimu kaBatman ngoLwesihlanu.

NgoLwesibili, imindeni ibilungiselela ukuvalelisa izihlobo ezabulawa nguHolmes.

Ilungu lomndeni uTom Teves ugqolozele umsolwa uHolmes, 24, sengathi uyamtadisha, ngesikhathi evele enkantolo ngoMsombuluko.

Indodana kaTeves u-Alex, wazijwiba ezama ukuhlenga intombi yakhe ngesikhathi kudubula umsolwa.

Abantu abangu-58 balimala.


 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


- Sapa - AP

Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-19°C More sun than clouds. Mild. Pta: 9-23°C Sunny. Mild.
Jhb: 9-18°C Sunny. Mild. Bloem: 5-21°C Mostly sunny. Mild.
Dbn: 13-26°C Sunny. Mild. PE: 15-21°C Afternoon clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...