Idliwe yingwe intombazane ena-8 esekisi

2014-11-03 13:34

Chongqing - Intombazane eneminyaka engu-8 ubudala yaseChina ibulawe yingwe yasesekisi ngesikhathi ishibilikele endaweni ezifundiselwa kuyo, kusho abezindaba zombuso.

Le ntombazanyana ishonele esibhedlela kulandela ukuhlaselwa yingwe epaki iLeheledu Amusement edolobheni laseChongqing, kubika iXinhua obhekelele ipaki.

OLUNYE UDABA: Udliwe oshaka umtshuzi e-Australia

Ibivakashele isekisi ngoLwesihlanu ebusuku nezihlobo zayo ngesikhathi ihlaselwa, kusho abezindaba.

"Okhulumela abepaki uthe sebenze isivumelwano sokudikida lesi sigameko nomndeni wesisulu kanti kuzoqiniswa ezokuphepha," usho njalo, kubika abeTimesLive.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- News 24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 12-20°C Showers late. More sun than clouds. Mild. Pta: 11-28°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 10-25°C Sunny. Mild. Bloem: 8-26°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 19-26°C Sunny. Mild. PE: 11-23°C Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...