Ibhomu libulale ababili eKabul

2012-11-21 07:23
Yabelani Shicilela

Kabul - Idelakufa liziqhumise ngebhomu esifundeni esiseKabul, kwashona abantu ababili, ngokusho kombiko okhishwe ngamaphoyisa ngoLwesithathu.

"Ibhomu liqhunyiswe ngamabomu yidelakufa. Lidutshuliwe kodwa lakwazi ukuthi lizabalaze liqhumise iziqhumane ebelizibhande ngazo," kusho isikhulu samaphoyisa eKabul uMohammad Ayoub Salangi etshela abe-AFP.


 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- Sapa - AFP

Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 15-23°C More sun than clouds. Mild. Pta: 10-21°C Sunny. Mild.
Jhb: 8-17°C Morning clouds. Mild. Bloem: 6-21°C Sunny. Mild.
Dbn: 16-26°C Sunny. Mild. PE: 13-22°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...