Ibhomu libulale iphoyisa ePakistan

2012-05-10 10:33
Yabelani Shicilela

Quetta - Ibhomu lisakazeke lapho bekukhona khona amaphoyisa abenza umzungezo ePakistan, libulala iphoyisa elilodwa kwathi amanye amathathu alimala, nokunyusa ukwesaba eQuetta, kusho amaphoyisa.

Leli bhomu liqhume ngesikhathi imoto yamaphoyisa yenza umzungezo eQuetta, esifundazweni iBaluchistan, nemiswe kabi yinhlangano yamaphekulazikhuni eTaliban.

Lokhu kungukuhlasela kwesibili okubhekiswe emaphoyiseni kuleliya dolobha ezinsukwini ezimbili.

"Leli bhomu lilimaze amaphoyisa amane njengoba elinye kugcine kulanele esibhedlela," kusho isikhulu samaphoyisa uSikandar Tareen etsehela izindaba ze-AFP.


 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- Sapa - AFP

Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 10-17°C Partly cloudy. Cool. Pta: 6-20°C Sunny. Mild.
Jhb: 4-16°C Sunny. Refreshingly cool. Bloem: 2-18°C Sunny. Mild.
Dbn: 9-24°C Sunny. Mild. PE: 11-18°C Mostly sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...