Ibhomu libulale 4 e-Afghanistan

2012-08-15 14:04
Yabelani Shicilela

Kabul - Ibhomu ebelitshalwe eceleni komgwaqo libulale amadoda amane ahlonishwayo esigodini esiseningizimu ne-Afghanistan, kusho isitatimende sikahulumeni ngoLwesithathu.

La madoda abesendleleni elibangise ethempelini esifundeni iKajaki, eHelmand ngoLwesibili ebusuku ngesikhathi enyathela leli bhomu, kusho leli hhovisi.

Laba babulawe ngezinsolo zokuthi beseka uhulumeni.

NgoLwesibili, kushone abantu abangaphezu kuka-43 ezifundazweni ezintathu kulandela ukuhlasela.

Inhlangano yamaphekulazikhuni yiyo ejwayele ukuhlasela labo abahambisana nohulumeni.


 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- Sapa-DPA

Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-20°C High level clouds. Mild. Pta: 10-23°C Sunny. Mild.
Jhb: 10-18°C Mostly sunny. Mild. Bloem: 5-22°C More sun than clouds. Mild.
Dbn: 16-23°C Morning clouds. Mild. PE: 14-21°C Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...