Ibhomu libulale 25 e-Iraq

2012-11-06 14:01

Baghdad - Izikhulu e-Iraq zithi imoto ebelihlohlwe iziqhumane iqhume ngasenkambini yezombutho wezokuvikela enyakatho neBaghdad, kwashona okungenani abantu abangu-25 kwalimala abangu-15.

Amaphoyisa athi lokhu kuqhuma kwenzeke ngesikhathi amasosha ase-Iraq ephuma kule nkambu emini eTaji, enyakatho nenhlokodolobha.

Bathi amasosha amathathu aphakathi kwabanye abashonile.

Izibhedlela zikuqinisekisile lokhu kulimala.

Zonke izikhulu ezikhulume nabezindaba abathandanga ukudalula amagama abo ngenxa yokuthi abagunyaziwe ukukhuluma nabo.


 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- Sapa - AP

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-21°C Morning clouds. Mild. Pta: 15-29°C Morning clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 13-24°C Morning clouds. Mild. Bloem: 12-24°C Sunny. Mild.
Dbn: 19-24°C Showery. Breaks of sun late. Mild. PE: 15-21°C More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...