ISpain ishaqe izimpahla zikaMubarak

2012-12-14 07:16
Yabelani Shicilela

Madrid - Amaphoyisa aseSpain athole impahla elinganiselwa ku-$36.5 million engekalowo owayengumengameli wase-Egypt owakhishwa ngendluzula uHosni Mubarak nasondelene nabo.

Kulokhu kubalwa umuzi osebhishi iMarbella nezimoto zikanokusho, kusho uhulumeni ngoLwesine.

I-Egypt icele iSpain ukuba iphenye iphinde ithole izimpahla ezingaphansi kwegama likaMubarak nabantu abangu-100 asondelene nabo, okubalwa amalungu omndeni, izikhulu kuhulumeni nosomabhizinisi.

UMnyango wezangaPhakathi eSpain uthe ushaqe izimpahla zika-18.4 million euros, wangacacisa ngalezi ezisele.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- Reuters

Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 15-23°C Sunny. Mild. Pta: 10-19°C Morning clouds. Mild.
Jhb: 7-15°C Morning clouds. Cool. Bloem: 9-19°C More sun than clouds. Mild.
Dbn: 14-23°C Sunny. Mild. PE: 12-24°C High level clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...