IMelika ngeke iwakhiphe amasosha e-Afghan

2012-11-26 12:03

Washington - Uhulumeni kaMengameli Barack Obama uhlose ekushiyeni amasosha aseMelika abalelwa ku-10 000 e-Afghanistan ngemuva kokuphela kokusebenza kwawo ngasekupheleni kuka-2014, kubika iWall Street Journal ngeSonto.

Leli phephandaba licaphuna isikhulu saseMelika esingadalulwanga, lithe lokhu kuyingxenye yeziphakamiso ezenziwe nguGeneral John Allen, nongumkhuzi wamasosha eMelika nase-Afghanistan.

La masosha azoqeqeshelwa ukubhekana nempi kulandela ukuthi luphele uhlelo lweNato e-Afghanistan ngasekupheleni kuka-2014, kusho leli phephandaba.



 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- AFP

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 10-16°C Mostly sunny. Cool. Pta: 6-16°C Sunny. Refreshingly cool.
Jhb: 1-10°C Sunny. Cool. Bloem: 2-12°C More clouds than sun. Cool.
Dbn: 13-16°C Passing showers. Morning clouds. Cool. PE: 11-16°C Heavy rain. Morning clouds. Cool.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...