IHamas idedele uShalit

2011-10-18 09:22
Yabelani Shicilela

Cairo – Umholi weHamas eGaza Strip uthe iqembu lakhe selinikeze iGibhithe isosha lase-Israel ngesikhathi beshintshisana iziboshwa ne-Israel.

NgoLwesibili emyalezweni we-SMS, uMahmoud Zahar uthe u-Sergeant Gilad Shalit akasabanjwe yiHamas.

UShalit, 25, useGibhithe okwamanje.

I-Israel izodedela iziboshwa ezingaphezulu kuka-1 000 zase-Palestine, beshintshisana ngo-Shalit, owaboshwa ngo-Juni 2006.

"Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

- Sapa - AP

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-27°C High level clouds. Warm. Pta: 12-22°C Afternoon clouds. Mild.
Jhb: 8-18°C Morning clouds. Mild. Bloem: 9-21°C Afternoon clouds. Mild.
Dbn: 14-23°C More sun than clouds. Mild. PE: 13-23°C Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...