I-Uruguay ekuhushulweni kwezisu

2012-09-25 07:20
Yabelani Shicilela

Montevideo - Kulindeleke ukuthi iziphathimandla zase-Uruguay zivote mayelana nesinqumo sokukwenza kube semthethweni ukuhushulwa kwezisu, kanti izinhlaka ezimelene nalokhu ziyaveva.

Isigungu esiphezulu sesivele sivotile, kanti sikholwa ukuthi sizosekwa ngabaningi ukuze lo mthetho uphasiswe ngoLwesibili.

Lo mthetho uzogunyaza ukukhishwa kwezisu uma ozithwele engaphansi kwezinyanga ezintathu.

Kodwa lokhu kuzodinga ukuthi owesifazane alinde izinsuku ezinhlanu ngemuva kokufaka isicelo sokukhishwa kwesisu, noma esethole imvume kuyise womntwana amthwele.

 

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- Sapa - AP

Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-18°C Numerous showers. Mostly cloudy. Mild. Pta: 8-23°C Sunny. Mild.
Jhb: 10-19°C Sunny. Mild. Bloem: 9-23°C Morning clouds. Mild.
Dbn: 17-29°C High level clouds. Pleasantly warm. PE: 12-19°C Showers late. Mostly cloudy. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...