I-Israeli isuqalile ukuhlasela iGaza

2011-01-12 14:29
Yabelani Shicilela

Gaza City - Ziqale kabusha futhi izindiza zempi zakwa-Israeli ukudubula emoyeni eGaza Strip, njengoba undunankulu uBenjamin Netanyahu exwayise ngokungase kwenzeke uma iPalestine iqhubeka nokusebenzisa iziqhumane ezinomsindo omkhulu.

Ukudubuka kokuqala kwasemoyeni edolobheni laseKhan Yunis kubulale isosha le-Islamic Jihad lalimaza owesilisa.

Abezombutho wezempi wakwa-Israeli bakuqinisekisile lokukuhlasela, bathi bekubhekiswe elungeni le-Islamic Jihad elalibandakanyeka ekuhlaseleni kwamavukelambuso enkabeni ye-Israel.

Iziqhumane ziqhumele ezindaweni ezihlala abantu kanti ke lokhu kudale ukulimala kwabantu kwacekeleka phansi nempahla.

"Ngicabanga ukuthi ukuqhunyiswa kwaleziziqhumane kuzodala omkhulu umonakalo, kanti kuyiphutha," kusho uNetanyahu.

- AFP

Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-18°C Numerous showers. Mostly cloudy. Mild. Pta: 8-23°C Sunny. Mild.
Jhb: 10-19°C Sunny. Mild. Bloem: 9-23°C Morning clouds. Mild.
Dbn: 17-29°C High level clouds. Pleasantly warm. PE: 12-19°C Showers late. Mostly cloudy. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...