I-Israel iqinise amaxhama neGermany

2012-12-07 08:16
Yabelani Shicilela

Berlin - UNdunankulu wakwa-Israel uBenjamin Netanyahu ubenengxabano neShansela laseGermany u-Angela Merkel ngoLwesine mayelana nesivumelwano esisha samaJuda.

Ohambweni lwakhe obelusengcupheni lokudungwa yingxabano yezithunywa ezinobudlelwane nala mazwe, uNetanyahu uhlangane noMerkel emhlanganweni obuphakathi kwabanye bongqongqoshe bekhabhinethi lakhe ngemuva kwesidlo sakusihlwa ngoLwesithathu.

UMerkel utshele izintatheli esithangamini sabezindaba abasenze ngokuhlanganyela ukuthi iGermany, njengozakwabo basentshonalanga, ithemba ukuthi u-Israel uzoyeka izinhlelo zokwakha amakhaya angaphezulu kuka-3 000 mhlabeni wamaPalestine.

“Odabeni lwesivumelwano, siyavumelana ukuthi asiboni ngaso linye," usho kanje emamatheka kancane ebuka uNetanyahu.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- Sapa - AFP

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

Kushone 12 eqhweni eNepal

2014-04-18 14:03
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 18-24°C High level clouds. Mild. Pta: 12-26°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 10-22°C Sunny. Mild. Bloem: 10-25°C Mostly sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 19-27°C Morning clouds. Mild. PE: 17-23°C Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...