Esentambo kobeshushumbisa izidakamizwa

2012-10-31 07:38

Hanoi - IVietnam imnikeze isigwebo sentambo owesifazane, 61, ngemuva kokubanjwa eshushumbisa izidakamizwa kuleliya lizwe, kusho isikhulu senkantolo ngoLwesithathu.

U-Amodia Teresita Palacio waboshwa ephethe izidakamizwa ezingaphezu kuka-5kg ngo-Ephreli esikhumulweni sezindiza eHanoi.

Utholakale enecala lokushushumbisa izidakamizwa ephindelela eqhamuka eThailand.

IVietnam ingelinye lamazwe angathi nsi uma kuziwa ngasemacaleni athinta izidakamizwa.


 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- Sapa - AFP

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 11-18°C Sunny. Mild. Pta: 11-24°C Rain late. Partly cloudy. Mild.
Jhb: 7-20°C Showery. More sun than clouds. Mild. Bloem: 0-23°C Sunny. Mild.
Dbn: 14-20°C More sun than clouds. Cool. PE: 8-19°C Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...