Bayanda abamaTibet abazishisayo

2012-11-08 14:01

Beijing - Sekukhona abanye futhi abantu abayisithupha abangamaTibet okubikwa ukuthi bazokhele ngomlilo, okubalwa namabhungu amathathu ngaphambi kwenkambu yamaphoyisa, kusho inhlangano emele amalungelo abantu ngoLwesine.

Izingane ezintathu, ezineminyaka ephakathi kuka-15 no-16 ubudala, zizingqongqise emasangweni ePublic Security Bureau, elokishini iGomang, kusho inhlangano ezinze iLondon, iFree Tibet nezinye izinhlangano.

"Lezi zingane bezikhala ngenkululeko eTibet nokubuya kukaDalai Lama ngesikhathi zizishisa," kusho le nhlangano.

Owesifazane, 23, waseTibet, uTamdin Tso, naye ushonile ngemuva kokuzokhela ngomlilo ngoLwesithathu ebusuku.


 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- Sapa-DPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 17-22°C Mostly sunny. Mild. Pta: 18-27°C a few tstorms. More clouds than sun. Warm.
Jhb: 14-21°C Passing showers. Partly sunny. Mild. Bloem: 14-22°C Numerous showers. Morning clouds. Mild.
Dbn: 20-29°C Rain late. Afternoon clouds. Warm. PE: 17-20°C Showers late. More clouds than sun. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...